Ichweba laseThekwini lisungulela iNingizimu Afrika inqwaba yamathuba

vukuzenzele unnamed

Kamuva nje, bengi vakashele ichweba laseThekwini ukuze ngizozibonela mina mathupha ukuthi umsebenzi u qhutshwe  kanjani ngendlela eqeqeshe kile futhi nencintisayo.
Emva kokuxoxisana naba phathi abakhulu benkampani yakwaTransnet , Ngivakashele izibuko ogwini lolwandle ngesikebhe, esivame ukuse tshenziswa ukuhola imikhu mbi kusuka la ingena khona kuya lapho yethulela khona umthwalo.
Uma ngibheka umsebe nzi wechweba ngisemanzini, ngikhumbule ubukhulu kanye nobunzima balo msebenzi.
Uma ichweba lingasetshe nziswa ngendlela efanele, wonke umnotho wezwe uya khahlamezeka, ukusuka  kwabathumela impahla lapha ekhaya kanye nabathumela impahla kwamanye amazwe kuya kubathengi bempahla.
 Ngakolunye uhlangothi, uma ichweba lisebenza kahle liholela ekukhuleni komnotho futhi libeke izwe lakithi eku theni libe yintuba yokungene la esifundeni kanye nasezwe kazini.
 Ngesikhathi ngivakashele eThekwini ngoMfumfu kowe zi-2019, maningi amabhizini si alapha ekhaya futhi bani ngi abasebenzisi bechwe ba abaphakamise izikhala zo zabo mayelana nendlela  ichweba laseThekwini elise benza ngayo.
Izinkampani ezithutha izi mpahla ngomkhumbi, ikakhu lukazi, zikhathazekile kakhu lu ngesiminyaminya samaloli kanye nesikhathi esilindwayo, isikhathi sokungeniswa ko mkhumbi siyabambezeleka kanye nesikhathi sokukhumu la umkhumbi, ukunganakeke lwa kwezinsizakusebenza nokuba phansi komkhiqizo owenziwa echwebeni.Ukuvakasha kwami kwa kamuva ukuyobheka ukuzini kela okwenziwe ukubhekana nalezi zikhalazo ukuthi kuqa lisiwe.
Ngempela kukhona inqu bekela-phambili ebonakala yo eseyenzekile eminyakeni eyedlule ukuguqula indle la yokusebenza echwebeni, ngale komthelela weCOV ID-19 .
Le mizamo ibisivele itshengi sa imiphumela enentuthuko yokuphathwa kwezinsizaku sebenza, ukwehla kwesimi nyaminya, ukwenza umsebe nzi ngesikhathi esibekiwe kanye nokwenyuka kokuse tshenziswa kwezithuthi zika jantshi esikhundleni salezo ezihamba emgwaqeni.
Ngenkathi lena kuyinqu bekela-phambili ebalu lekile, kodwa usemuni ngi umsebenzi oku safa nele ukuthi wenziwe ukuthi kubekwe ichweba laseThe kwini ezingeni lomhlaba futhi kube yichweba lokuthunye lwa kwempahla ngomkhumbi  eNkabeni eseNingizimu Ye zwe.
 Eminyakeni yanamuhla,  ichweba seliqhelile esikhu ndleni salo njengoba kade lisesikhundleni sokuqala laya kwesesithathu e-Afri ka, ngemuva nje kwechweba i-Tangier lase-Morocco kanye ne-Port Said lase-Egypt.  Isikhathi sokwenziwa  komsebenzi emalolini naso sithuthuke kakhulu. Ngoku fanayo, ukusebenza kahle kwezinsizakusebenza zoku phatha impahla sekutshengise ukuthuthuka ukufinyelela kuma-80% futhi kufanele kuphokophelele okungenani kuma-95% ukuze kufike  esilinganisweni somhlaba jike lele. Izikhathi zokulinda zo mkhumbi sezehle ngokunco mekayo.
Lezi zibalo zingabonakala zijulile futhi zifiphele, kodwa zinomthelela ekukhuleni ko mnotho wezwe lakithi kanye nasemananini esiwakhokhayo njengabathengi.
Senze inqubekela-phambili ekuthuthukiseni ukusebe nza ngokufanele kumachwe ba njengenye yezinto ezise qhulwini ohlelweni iOpera tion Vulindlela  futhi siphinde sagxila ekwakhiweni kabusha kwenkampani yakwaTrans net, engenye yamabhizinisi ahamba phambili anganyelwe ngumbuso.
Abaphathi abasha ba kwa-Transnet kanye nezi nhlaka ezahlukahlukene  abasebenzisana nazo baya qinisa kakhulu ukugxila kwa bo ekuguquleni indlela ichwe ba elisebenza ngayo.
Abaphathi bazimisele futhi banezinhlelo ezinhle zoku nweba wonke amachweba amahlanu endawo.
Lokhu kufaka phakathi uku qinisa umgudu wechweba obi zwa ngeMaydon Wharf uku vumela imikhumbi emikhulu, yesimanje ukuthi ingene echwebeni, ukugcwaliswa kwesikhumulo iPier 1  kanye ne-Pier 2  ukwakha umthamo owengeziwe weziqukathi zokugcina impahla kanye nokuthuthukiswa kwesite shi seziqukathi zokugcina  impahla esisha esisePoint Precinct .
Uma sekuhlangene, lokhu kunwetshwa kwengqalasizi nda yechweba kuzodinga izigidigidi eziyi-100 zamara ndi kutshalomali olusha lwemi nyaka eyishumi ezayo noma ngaphezulu. Lokhu kuzoletha inguquko ephelele kwichwe ba, okuzonweba umthamo wokugcina iziqukathi zoku gcina impahla kusuka  kwizigidi ezi-2.9 kuya nga phezu kwezigidi eziyi-11.
 Lezi zinhlelo zokuzimisela zizodinga ukubanjwa kakhu lu kweqhaza wumkhakha ozimele kanye notshaloma li. ITransnet , kubandakanya  Ichweba laseThekwini, kunge nye yengcebo kazwelonke ebaluleke kakhulu yabantu baseNingizimu Afrika.
Ukusebenzisana nomkhakha ozimele kubalulekile ukuze kuhehe utshalomali olusha, ezobuchwepheshe kanye  nongcweti kwezokusebe nza kwechweba futhi noku thuthukisa izinsizakusebenza kanye nengqalasizinda uku thi kuhambisane nesimanje manje.
Isibonelo, iTransnet  ihlela, ukukhangisa isivumelwano somhlaba ngasekupheleni kwalo nyaka ukuze yakhe fu thi isebenzise isiteshi iPoint Terminal . Lokhu kuzoso ndeza utshalomali lwabazime le futhi kuthuthukise indlela eqeqeshekile yokuphathwa nokugcinwa kweziqukathi zokugcina impahla.
Ngale ndlela yethu yenqubo yezinguquko ngokuhamba kwesikhathi sizothuthukisa indlela yokusebenza eqeqeshe kile emachwebeni ethu kanye nojantshi futhi nokuvula ngempumelelo utshalomali olukhulu olubhekelele ingqa lasizinda. Lokhu ngeke kwe hlise kuphela amanani kanye nokuthuthukisa ukuncintisa na kulabo abathumela impa hla kwamanye amazwe, ko dwa kuzophinde kusungule  nenqubo yezinkulungwa ne zamathuba emisebenzi  emisha.
 Ngalezi zindlela zombili zokusebenza okuthuthukile kanye nezinguquko zezakhi wo, Ichweba laseThekwini lizophinde likwazi ukubuyisa isikhundla salo njengechwe ba elisebenza kahle kakhulu  e-Afrika yonkana.
Njengengxenye yohlelo lwethu Lokwakha Kabusha kanye Nokuvuselelwa Komno tho, sizoqhubeka sisebenze ngokuzikhandla ukuze si nwebe utshalomali olubheke lele ingqalasizinda kanye ne nguquko kwezokuxhumana kwezimboni zethu.
 Uma ngabe ukuvakashela eThekwini bekungaba ne nto obekungayishiya emqo ndweni wami, bekungaba ukuthi abantu baseNingizimu Afrika banekhono lokuphu melela kwimisebenzi emini ngi ebalulekile futhi emikhu lu.
 Izifiso zethu kumele zili ngane nezinselele zethu.
 Ngenqubekela-phambili esi yenze Echwebeni laseThekwi ni, futhi ngamakhono avuse lelekile esinawo kwaTransnet , man je sesinamandla anele ukuthi siqhubekele phambili.
Futhi sihamba ngesivinini sili bangise lapho siphokophelele khona . 

