Uhlelo lokufuya izinkukhu luyisenzo esinekhono kubalimi basekhaya

vukuzenzele unnamed

Imboni yezinkukhu  kanye namaqanda eNingizimu Afrika iyadlondlobala ngenxa yoHlelo Lwemboni Yezinkukhu.

Ngesikhathi u-Bev erly Mhla bane ethatha  uhambo oluya esito lo eyothenga amaqanda, wayengazi ukuthi uma ebuyela ekhaya  usengaba nombono  wokuhlanganisa ibhi zinisi lakhe eliphumelele. “Ngelinye ilanga ngaya esi tolo ngiyothenga amaqanda  futhi ngathola ukuthi amaqanda amba eqolo kakhulu ngabe senginqu ma ukuthenga izinkukhu  ezilishumi ezibeka amaqanda ukuze sizotholela umndeni amaqanda,” kusho yena.

 Inkukhu ibeka iqanda njalo emva kwamahora angama-26, lokho okuchaza ukuthi uMhlabane utho la isilinganiso samaqanda  ayisishiyagalombili noma  ayisishiyagalolunye ngosuku.

Emva kwezinyanga ezimbili, waqala wathengise la omakhelwane amaqanda.
Lokho okwaholela ekutheni aguqule igalaji lakubo ale nze ihhoko lezinkukhu.
Ngaso leso sikhathi ubene ngadi yemifino egcekeni.  Umhlambane  owa yengunjiniyela,ubehlezi  enezinhlelo zokushiya  ezinkampanini aqa le ibhizinisi lakhe  lokwakha izindlu. Ngonyaka wezi2014, emva kwesikhashana nje eqale  ibhizinisi lezinkukhu, wathenga amahektha ama bili omhlaba e-Benoni, e-Gauteng, ngenhloso yokwakha izindlu zokuqashisa. Noma kunjalo, akakwazanga ukuqhube ka nohlelo lwakhe ngoba indawo yayinqunyelwe  ukusetshenziselwa ezolimo.  Wabe esenquma uku nweba ibhizinisi lakhe elincane lezolimo. Inqubo yesikhathi eside Ukwentuleka kwengqa lasizinda efana nocingo lokubiya, amathangi amanzi kanye nogesi kwenza ukuthi aqale ukusebenzisa lo mhlaba ngowezi-2016.  Oneminyaka engama-49 ubudala wakhumbula indle la ayeyisebenzisa ngakho na injini yobuchwepheshe  yokwenza ucwaningo i-Google  eyamelekelela  ukwenza ucwaningo  lwezolimo. Ukuqala ka ncane kancane  kwaba  nomvuzo futhi namhlanje,  usengumnikazi oziqhe nyayo wePulazi i-Zapa, ibhizinisi eliphumele le elihweba ngezolimo.

  Wakhombisa inqu bekela-phambi li esuka ekusenziseni  amahektha akhe ama bili omhlaba uku nweba indawo yakhe  yokukhiqiza amaqanda kanye  nokutshalwa kwesipinashi, i-kale okuluhlobo oluthile lweklabishi, uphepha olu hlaza kanye notamatisi, aku thengisa endaweni, waya ekufakeni imihubhe emibili yezitshalo, walima amahe ktha ayi-1.5 waphinde wakha amahhoko ezinkukhu okube ka umthamo wamaqanda a yizi-5 000 kanye nayizi-2 000.  Leli pulazi manje selihli nzeka ngemikhiqizo yalo izindawo zokudla ezine zaseWimpy , i-Pick n Pay , kanye nehhotela iHoliday  Inn nezitolo zasendaweni, phakathi kokunye.
 “Noma kunjalo, kuno kweswelakala njengoba ukudingeka kwamaqanda sekwedlulele ngaphezu lu komthamo wethu futhi, ngenxa yalokho, siye sala nda amaqanda kwabanye abakhiqizi basendaweni.
Emva kokuhlolwa kwe simo sendawo sesine mvume yokufuya izinkukhu zamaqanda eziyizi-120 000 ngakho-ke kudingeka imali ukuze kunwe tshwe ibhizinisi,” kusho yena
Uhlelo  Olukhulu  Lo kufuywa

 Kwezinkukhu UMhlabane uye wathola usizo ukuthi abe ngumli mi ophumeleleyo. Ongo munye wabalimi abaningi  abasafufusa abazuza Ohlelweni Olukhulu Loku fuywa kwezinkukhu, olwasungulwa ngu hulumeni kanye naba -bambiqhaza bemboni,  ababandakanya aba khiqizi bokufuywa kwe zinkukhu, abalimi, abe nza imikhiqizo, abathume la izimpahla kwamanye amazwe, abangenisa izi mpahla ezweni lakithi kanye nabezemisebenzi ehlelekile.
Lolu hlelo lwasayinwa ngowezi-2019, kanti kuhloswe ngalo ukukhulisa amathu ba emisebenzi ngezinyathe lo eziningi ezizokwethu lwa ngokusemthethweni  eminyakeni embalwa ezayo.
Lokhu kube ngumphumela wohlelo lokuthi iNhlangano Yokufuywa Kwezinkukhu YaseNingizimu Afrika (i-SA PA) yakhokhela imvume kaMhlabane yokusebenzisa amanzi futhi yamusiza ngo kumqeqesha ngokukhiqizwa kwamaqanda.
 Ukwesekwa kwabali mi
 Umphathi-jikelele we-SA PA u-Izaak Breitenbach uthi imboni itshale izigi di ngezigidi ekwesekeleni abalimi abansundu kanye nokukhulisa ukukhiqizwa kokufuywa kwezinkukhu ngamaphesenti ayi-5. Ezinyangeni eziyi-12 nje, ziyi13 izinkontileka zokukhulisa abalimi abansundu ezakhiwe futhi angama-960 amathu ba omsebenzi asunguliwe.
“Imboni itshale izigidi  ezingama-870 zamarandi ukuze kusungulwe ima kethe yokukhulisa abalimi  abansundu aba ngma-50 futhi ukuze ku bhekweukuthunyelwa kwezimpahla kwamanye amazwe ukuze kusungulwe imisebenzi lapha ekhaya.
Imboni iphinde ye nza yabuye yakhokhela  izifundo zambhizinisi  zabalimi abayi-19 abansudu abasohlelweni loMnya go Wezolimo, Izinguquko Kwezomhlaba kanye Noku thuthukiswa Kwezindawo Zasemakhaya,” kusho yena.
  Babalelwa emashumini amane abalimi abansu ndu abazimele abanikwe izeluleko ezihambisana nokufuywa kwezinkukhu kanye nokuqeqeshwa.
“Le mboni iphinde fu thi ibe nemininingwane yabalimi abangama-670 abancane, abamaphakathi kanye nabasafufusa (amaSMME) esibasizayo ngolwa zi olufanele,” kusho yena.
Ukwengeza, i-SAPA se yishicilele incwadi ezofundisa  abalimi ngokukhiqizwa koku fuywa kwezinkukhu kanye nokuthuthukiswa kwezi hlelo zabo zamabhizinisi.
Abakhiqizi bezinkukhu ba zinikele ekutheni batshale kabusha imali elinganiselwa esigidigidini esiyi-1.5 sama randi ezikhungweni zabo zokukhiqiza ingakapheli  iminyaka emine ezayo, lokhu okuzokwengeza  ukusunguleka  kwamathuba  emisebenzi alinga niselwa kwayizi-4 000.
Le mboni izophinde futhi itshale isigidigidi esiyi-1.7 samarandi ekwakhiweni kwemisebenzi yabalimi  bezohwebo elinganiselwa kuma-50. Lolu tshalomali luzokwesekelwa yimboni kanye nama-ejensi ehluka hlukene kahulumeni.  
