Asisebenze ngokubambisana ukulungisa izimali zethu 

vukuzenzele unnamed

Isabelomali esethu lwa nguNgqongqoshe Wezezimali uTito  Mboweni siveza uhlolo olusivula ingqondo ngesi mo somnotho wethu.
 Izibalo zitshengisa ngokuso bala ukuthi uma singasukumi manje sishintshe izinto, kuzo ba khona izikhathi ezinzima kakhulu ezizayo.
 Ngokusobala, sichitha imali eningi ukudlula le esiyitho layo.
 Ngenxa yalokho, silokhu siphindaphinda siboleka, nezindleko zaleso sikweletu ziyakhuphuka. Eqinisweni, izindleko zesikweletu zi yizindleko ezikhula ngesivi nini esikhulu. Sichitha imali eningi sikhokhela izikweletu kunaleyo esiyibekele ezempi lo; imfundo kuphela kanye nokuthuthukiswa kompha kathi okuthola okuthe xaxa.
 Lesi simo siyingozi futhi asigcineki.
 Kumele senze izinguquko ezibalulekile futhi kumele sizenze manje.
 Ziningi izizathu ezisibeke kule simo esikuso njenga manje. Umnotho wethu awukhulanga kangako emi nyakeni eyishumi edlule, ikakhulu ngenxa yosizi lwa ngonyaka wezi-2008 lwezima li emhlabeni kanye nokwehla kokufunwa kwezimbiwa esizithumela kwamanye amazwe.  Ngenxa yalokho, ingenisomali ibintengante nga futhi kwamele siboleke kakhulu ukuze sikwazi uku qhubeka nokukhokhela uku thuthukiswa, ingqalasizinda kanye namaholo. Ngaso lesi sikhathi, ukubanjwa kombu so ngobhongwane kanye nenkohlakalo kube nomthe lela ekubuseni, ekusebenze ni ngempumelelo kanye nasekuzinzeni kwezimali ezikhungweni eziningi zika -hulumeni, kubandakanya nezinkampani eziphethwe uhulumeni (SOEs).
 Imizamo eminyakeni emi bili edlule yokufukula umno tho nokuphinde kwakhiwe izikhungo isidicilelwe pha nsi ngusizi logesi, ukukhu la okucindezelekile kanye nokubeka omunye umthwalo ezimalini zikahulumeni.
 Ngakho-ke okuseqhulwini kithi kulesi sabelomali uku buyisela umnotho endleleni yokukhula, siqinise uku chitha imali kukahulumeni nokuzinzisa izikweletu zethu.
 Isabelomali siyingxenye ebalulekile empokophelweni yethu yokukhula okubanda kanya wonke umuntu, utsha lomali kanye nombuso one khono.
 Sesithathe isinqumo soku ngaqhubeki nokunciphisa isabelomali sikahulumeni ngokukhuphula intela. Ukwe nza kanjalo bekuzoqeda kakhulu ukusetshenziswa kwemali ezinsizakalweni zomphakathi abantu aba mpofu abathembele kukho.
Bekungabandakanya ukwe hlisa ngokumangazayo ama holo abasebenzi bakahulume ni, isibalo semisebenzi kahu lumeni, ukuqeda amabhonasi nezimpesheni, ukukhuphula intela kanye nokuthengisa izimpahla zezwe ezibalule kile.
 Isabelomali esincishiswe ngokukhuphula intela be sizofiphalisa amathemba ethu okukhula futhi sintenga ntengise ikhono lombuso loku fukula umsebenzi womno tho nokuhlangabezana nezidingo zabantu.
 Kunalokho sethule isabe lomali esiqukethe izindlela ezahlukene ezisimamile ne zicatshangwe kahle ezizoba nokusetshenziswa kwemali, ukwenyuka kwengenisomali kanye nokugqugquzela uku khula.
 Eminyakeni emithathu ezayo, silindele ukonga imali elinganiselwa kwizigidigidi ezingama-R261 ngokunci phisa isabelomali seminya ngo eminingi nokunciphisa isilinganiso somthethosivi vinywa sokunyuka kwama holo abasebenzi bakahulume ni. Nokho, ngaso lesi sikhathi, sizodinga ukusebenzisa imali kakhulu ukuseka ukuhlelwa kabusha kwama-SOEs afana no-Eskom kanye no-SAA.
Ngenxa yalokhu, silindele ukuncipha kwengenisomali ebanjelwe ngezigidigidi ezi ngama-R156 ekusetshenzi sweni kwemali okungena nzalo esikhathini esiphakathi.
 Lokhu kuzosiza ukunci phisa ukuntuleka kwemali nokunciphisa izidingo zoku thi siboleke.
 Ingxenye enkulu yokonga izoqhamuka ekunciphiseni isilinganiso sethu somthetho sivivinywa samaholo esi khula ngakhona. Lokhu kuzodinga izingxoxo ezigxi lile phakathi kwabamele u mphakathi, kodwa ikakhu lukazi nezinyonyana zabase benzi bakahulumeni. Lezi zingxoxo zidinga ukuthi zibanjwe ngomoya wokufuna izisombululo. Ngiyathinteka kakhulu ngokuzimisela kwazo zonke izinhlangano ukuzibandakanya ezingxo xweni ezibalulekile ezihlose ukuthola isisombululo.
 Indlela esenza ngayo akusikho ukunciphisa ngo kumangazayo ubungako bensizakalo yomphakathi, kodwa ukuhlolisisa isili nganiso sokukhula kwama holo. Amaholo abasebenzi bakahulumeni ngokuvamile asekhuphuke ngesilinga niso esiphezulu kunaleso samandla emali eminyakeni eminingi, futhi kumele si kulungise lokhu uma sifuna ukubeka izimali zikahulu meni ngaphansi kolawulo.  Lokhu futhi kufaka phakathi ukuphathwa kwezimali za bantu, lapho noma ngabe yini ethengwayo ekhuphuka uku dlula amandla emali kunga ba intela kagesi, intela yedata noma ukudla kuzohlala njalo kubeka isabelomali nezimali zomuntu ngamunye ebunzi meni nokungabi nazinzo.
Umthethosivivinywa wa maholo usalokhu uyingxe nye enkulu yokusetshenzi swa kwemali ekuhluka nisweni komnotho. Ukukhula komthethosivivinywa wama holo sekuqalise ukuminyani sa ukusetshenziswa kwemali kumaprojekthi amakhulu nasezintweni ezibalulekile zokulethwa kwezidingo.
 Amaholo abasebenzi baka hulumeni akuyona kuphela indawo lapho sinciphisa khona izindleko. Senginqume ukuthi akuzukuba khona ukunyuswa kwamaholo abasebenzi bakahu lumeni abangabaphathi base mahhovisi kulo nyaka.  Lokhu kulandela ukuncishiswa kwezi nzuzo okwenzeke emva kokwenza izinguquko eNcwadini equkethe uhlu lwezinzuzo zoNgqongqoshe.
Sizoshicilela umthetho omu sha kulo nyaka sethule uhlaka lwamaholo lwezinhlanga no zikahulumeni kanye ne zinkampani eziphethwe uhulu meni ukugwema ukukhokhe lwa ngokweqile kwamalungu ebhodi kanye neziphathima ndla.
 Abalingani bethu bezinyo nyana zabasebenzi baqinisile uma bethi kumele sivimbele ukuvuza kwezimali zikahulu meni ngendlela ebonakalayo ngokubhekana nenkohlakalo, ukuqeda ukusetshenziswa kwemali okungekho emthe thweni, okungenamiphumela nokuchitha imali. Sizokwe nza lokhu nokunye okuningi.
 Yize ukuba nomthethosivi vinywa wamaholo abasebe nzi bakahulumeni kubalule kile ukuletha uzinzo ezima lini zikahulumeni, ukwenza ngcono ukusebenza komkha kha kahulumeni kubaluleke kakhulu uma sifuna ukwakha umbuso onekhono, nose benza kahle. Sidinga abantu abaningi abalungile ezikhu ndleni ezilungile.
 Sisabhekene nokusetshe nziswa kwemali kahulumeni, siphokophelele ukukhula.
Kungenxa yalesi sizathu ukuthi, ngaphandle kwe gebe kwezezimali, akukho ukunyuka okukhulu kwe ntela. Kunalokho, kukhona ukukhululeka kubakhokhi bentela ngamunye kanye nezindlela eziningi zokusa balalisa intela yamabhizinisi.
Siqhubela phambili ngezi nguquko ezifinyelela kude ezindaweni ezifana nokuhli nzekwa ngogesi, amachweba kanye nojantshi nakwezoku xhumana ukunciphisa izindle ko zokwenza ibhizinisi.
Ngokusebenza ngeSikhwama Sezingqalasizinda sihlose ukuhlanganisa usizomali ezi ndaweni ezehlukene ukuze kutshalwe izimali ezinhle lweni ezinkulu zokwakha.
Ngokusebenza ngamasu ethu ezimboni nomkhankaso wo tshalomali sivula izindawo ezibalulekile zokukhula.
 Silungisa izimali zikahulu meni wethu ukwenza uku khula okubandakanya wonke umuntu kanye nokudala ama thuba emisebenzi kwenzeke.
Izikhathi ezinje zifuna ukuba thina sibe neqiniso, singabi nobuqili. Zidinga ukusebe nzisana, hhayi ukungqubuza na. Ukuyekethisa nokuhweba kumele kwenzeke.
 Sonke sikulento ngokuba mbisana, sinesibophezelo sethu sonke sokuthatha izi gwedlo, sigwedle ndawonye sidlulise izwe lethu kula ma nzi avunguzayo.